Skip to main content

Local 940X90

Ukuphupha umuntu ongasekho


  1. Ukuphupha umuntu ongasekho. Esiyaye sikusho nje wukuthi kubalulekile ukukhumbula ukuthi utheni kuwe. Ukuphupha ugogo kuchaza abantu abadala abasuke bekuvakashele ebusuku, ugogo umele amadlozi , Kunogogo obizwa ngesithwalambiza, isithwalambiza siwugogo naso, uma uphuphe sona futhi kuchaza ukuthi uvakashelwe ngabantu abadala bakini. Incazelo iba kulokho asuke ekwenza lowo muntu ongasekho ephusheni lakho. Ukumuphupha ekhala – Kusho ukungathokozi kwabaphansi ngezenzo zakho noma ngendlela ophila ngayo eyakho impilo, ngakho kusuke kufanele ushintshe indlela ophila , oziphethe ngayo okanye owenza ngayo izinto. Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle. Ukuphupha umuntu ongasekho kungachaza ukuthi lowomuntu ongasekho ukuvakashele ngokomoya, ikakhulukazi uma bekungumuntu okhule naye uzwana naye. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. ukuphupha imali eningi yamaphepha kuchaza inhlanhla oyitholayo kubantu bakini, akusho ukuthi uzoyithola ngempela leyomali, kungenzeka uyiwine noma uthole umsebenzi. Ukuphupha unikwa imali umuntu ongasekho lokho kuchaza ukwamukeliswa izinhlanhla yilowomuntu, ukufumbathisa izinhlanhla. . Ukuphupha umuntu ongasekho ephila kungaba nezincazelo eziningi. ukuphupha ulele nomuntu osewashona noma wenza ucansi naye. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. Ukumuphupha ekucela umgeze – Kusho ukuthi wayeganga esaphila, manje akamukelekile lapho ekhona ungcolile ngenxa yemisebenzi yakhe. Okunye okubalulekile wukuthi umphuphe enzani. Amaphupho ngomuntu ongasekho awanayo incazelo ewahlanganisa wonke, asho izinto eziningi ezihlukene. sebzci pwilsq rqvl tipgm qgpvf eusz ktkkns rxtvy chdtctf bzherbq